×
Ekuqondeni Inkolo Yobu ISLAM
isiZulu

Ekuqondeni Inkolo Yobu ISLAM

Ukufunda: 17,343

Incazelo

Zonke izinkolo emhlabeni ziqanjwa ngegama lomsunguli wayo, noma umphakathi noma ngalesosizwe lapho lenkolo izalwa khona. Njengenkolo yobu-Krestu yethiwa ngegama lomphrofethi wayo uJesu Krestu, eyobuBhudda ngomsunguli wayo uBhudda, ekaZoroaster ngo Zoroaster, eyobu-Juda okuyinkolo yamaJuda esukela esizweni sakwa Juda (ezweni laseJudiya lapho yazalwa khona.) Kunjalo ke nakwezinye izinkolo. Kodwa akunjalo kweyobu-Islam. Lenkolo yehlukile kakhulu ngoba ayihlangene namuntu noma nabantu abathile. Igama elithi “Islam” alikhombi ukuhlangana nanoma ngubani ngoba akusilona elomuntu oyedwa, abantu noma izwe. Alivezwanga ngomqondo womuntu futhi akusilona elomphathi othile. Lena yinkolo yomhlaba wonke futhi yona ihlose ukudala nokufaka umuntu izindlela zokucabanga kwenkolo yobu-Islam. Ekuqondeni Inkolo Yobu ISLAM - Umbhali: Sayyid Abul A'la Maududi
Landa i-PDF

Skena ukuze ulande

Vula lesi sixhumanisi kudivayisi yakho noma skena ikhodi ye-QR ukuze ulande incwadi ngqo.

https://islamic-invitation.com/downloads/towards_understanding_islam_zulu.pdf

+